Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Izithombe Ezingcolile Zobulili—Ingabe Ziwukuzilibazisa Okungenangozi?
    I-Phaphama!—2002 | Julayi 8
    • Amaphupho obulili angakuphazamisa ngokuqondile ukukhulekela kwethu uNkulunkulu. Yingakho uPawulu abhala: “Ngakho-ke, bulalani amalungu emizimba yenu . . . ngokuqondene nobufebe, ukungahlanzeki, isifiso sobulili, isifiso esilimazayo, nokukhanuka, okuwukukhonza izithombe.”—Kolose 3:5.

      UPawulu lapha uhlobanisa isifiso sobulili nokukhanuka, okuwukufisa ngokweqile into ongenayo.a Ukukhanuka kuwuhlobo lokukhonza izithombe. Ngani? Ngoba okhanukayo ubeka leyo nto ayifisayo ngaphambi kwakho konke okunye, kuhlanganise noNkulunkulu. Izithombe ezingcolile zobulili zivusa inkanuko ngento umuntu angenayo. “Ufuna indlela omunye umuntu aphila ngayo ngokobulili. . . . Akusekho lutho olunye olucabangayo ngaphandle kwaleso sifiso sento ongenayo. . . . Lokho esikufisayo, siyakukhulekela,” kusho umlobi othile wezenkolo.

  • Izithombe Ezingcolile Zobulili—Ingabe Ziwukuzilibazisa Okungenangozi?
    I-Phaphama!—2002 | Julayi 8
    • a Lapha uPawulu wayengakhulumi ngesifiso sobulili esivamile—isifiso esingokwemvelo sokusondelana ngokobulili nomngane womshado.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela