Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Ngingabhekana Kanjani Nokugconwa?
    I-Phaphama!—1999 | Juni 22
    • Lesi simo asisisha. Empeleni, umphostoli uPetru watshela amaKristu ayephila ekhulwini lokuqala: “Ngenxa yokuthi aniqhubeki nigijima [nabantu bezizwe] . . . , bayakhungatheka futhi baqhubeke bakhulume ngani ngokuchapha.” (1 Petru 4:4) Ezinye izinguqulo zithi, “banibiza ngamagama ayiziswana” (Knox) noma, “Bayanithuka.”—Today’s English Version.

  • Ngingabhekana Kanjani Nokugconwa?
    I-Phaphama!—1999 | Juni 22
    • Ngakolunye uhlangothi, njengoba uPetru abhala, abanye abahleki bosulu ‘bakhungathekile.’ Yebo, kungase kubaxake ngempela ukuziphatha kwakho. Ngokwesibonelo, uma ungomunye woFakazi BakaJehova, kungase kubamangaze ukuthi awuhlanganyeli emikhosini ehlangene namaholide athile. Kungenzeka nokuthi baye bathola ukwaziswa okuhlanekezelwe ngoFakazi kubaphikisi abazimisele.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela