Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Ukumemezela Ukubuya KweNkosi (1870-1914)
    OFakazi BakaJehova—Abamemezeli BoMbuso KaNkulunkulu
    • “Phumani kulo, bantu bami,” kwaxwayisa iBhayibheli kudala. Baphume kuphi? “[E]Babiloni Elikhulu, unina wezifebe nowamanyala omhlaba.” (IsAm. 17:5; 18:4) Kungani kumelwe baphume eBabiloni? “Ngokuba izono zalo zifinyelele ezulwini, noNkulunkulu wakhumbula ukungalungi kwalo.” (IsAm. 18:5) Ungubani lonina wezifebe abantu okufanele bazihlukanise naye?

  • Ukumemezela Ukubuya KweNkosi (1870-1914)
    OFakazi BakaJehova—Abamemezeli BoMbuso KaNkulunkulu
    • UC. T. Russell nabangane bakhe baqaphela futhi ukuthi lesifebe esinyanyekayo sasingelona iSonto lobuKatolika kuphela. Ngakho, nakuba INqabayokulinda (yesiNgisi) ka-November 1879 yathi iBabiloni Elikhulu ‘LIYISIMISO sobuPapa,’ lesihloko sanezela: “Kumelwe sikuveze ukuthi libhekisela (hhayi kumalungu ngamanye, kodwa ezimisweni zesonto) nakwamanye amasonto azimbandakanye nemiBuso yomhlaba. Wonke amasonto athi ayintombi emsulwa eyendiselwe kuKristu, kodwa empeleni ebe ezimbandakanye nezwe (isilo) futhi esekelwa yilo kumelwe siwalahle njengalawo ngolimi olungokombhalo ayisonto eliyisifebe.”

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela