-
IBhayibheli Liwumyalezo KaNkulunkulu Oze KithiPhila Kuze Kube Phakade!—Izifundo ZeBhayibheli
-
-
2. Libhalelwe obani iBhayibheli?
“Zonke izizwe nezinhlanga nezilimi nabantu” bangazuza ezindabeni ezinhle eziseBhayibhelini. (Funda isAmbulo 14:6.) UNkulunkulu waqinisekisa ukuthi iBhayibheli litholakala ngezilimi eziningi kunanoma iyiphi enye incwadi eke yaba khona. Cishe bonke abantu bangaba nalo iBhayibheli. Akunandaba ukuthi bahlalaphi noma bakhuluma luphi ulimi.
-
-
Ziyini Izingelosi Futhi Zenzani?Phila Kuze Kube Phakade!—Izifundo ZeBhayibheli
-
-
4. Izingelosi zisiza abantu bafunde ngoJehova
Izingelosi zikaNkulunkulu azibashumayezi ngokuqondile abantu. Kunalokho, zingase ziqondise izikhonzi zikaNkulunkulu kubantu abafuna ukufunda ngaye. Fundani isAmbulo 14:6, 7, bese nixoxa ngale mibuzo:
Kungani sidinga usizo lwezingelosi ukuze sishumayele?
Kuyakukhuthaza yini ukwazi ukuthi izingelosi zingakuqondisa kubantu abafuna ukufunda ngeBhayibheli? Kungani?
-