-
Izinkolo Zamanga Zimmelela Kabi UNkulunkuluPhila Kuze Kube Phakade!—Izifundo ZeBhayibheli
-
-
6. UNkulunkulu ufuna ukukhipha abantu ezinkolweni zamanga
Fundani isAmbulo 18:4,a bese nixoxa ngalo mbuzo:
Kukwenza uzizwe kanjani ukwazi ukuthi uNkulunkulu ufuna ukubasiza labo abadukiswe izinkolo zamanga?
-
-
Qhubeka Uqotho KuJehovaPhila Kuze Kube Phakade!—Izifundo ZeBhayibheli
-
-
Ukuthanda uJehova kuzosenza siyeke ukuzihlanganisa nenkolo yamanga. Imisebenzi yethu yokuziphilisa, izinhlangano esikuzo nanoma yini enye esiyenzayo akufanele kusihlanganise nenkolo yamanga. UJehova uyasixwayisa: “Phumani [eBhabhiloni Elikhulu], bantu bami.”—IsAmbulo 18:2, 4.
FUNDA OKWENGEZIWE
-
-
Qhubeka Uqotho KuJehovaPhila Kuze Kube Phakade!—Izifundo ZeBhayibheli
-
-
Fundani uLuka 4:8 nesAmbulo 18:4, 5, bese uphendula le mibuzo:
Ingabe ngisabhalisiwe njengelungu lenkolo ethile yamanga?
Ingabe ngisenhlanganweni ethile esebenzelana nenkolo?
Ingabe umsebenzi wami uyisekela nganoma iyiphi indlela inkolo yamanga?
Zikhona yini ezinye izinto ekuphileni kwami ezingenza kudingeke ngizihlukanise nenkolo yamanga?
Uma ngiphendule ngoyebo kule mibuzo, yiluphi ushintsho okufanele ngilwenze?
Kuzo zonke lezi zimo, yenza isinqumo esizokushiya unonembeza ohlanzekile nesibonisa ukuthi uqotho kuJehova.
Ungenzenjani uma ungase ucelwe ukuba unikelele inhlangano ethile yenkolo?
ABANYE ABANTU BATHI: “Ngiyafuna ukwazi ukuthi izihlubuki zithini ngoFakazi BakaJehova ukuze ngivikele iqiniso.”
-