Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IBhayibheli Linikeza Ithemba
    Phila Kuze Kube Phakade!—Izifundo ZeBhayibheli
    • 2. IBhayibheli lithi liyoba njani ikusasa?

      IBhayibheli lithi esikhathini esizayo “ukufa ngeke kusaba khona, noma ukulila noma ukukhala noma ubuhlungu ngeke kusaba khona.” (Funda isAmbulo 21:4.) Izinkinga ezibangela ukuba abantu baphelelwe yithemba namuhla ezinjengendlala, ukwenzelela, ukugula nokufa ngeke zisaba khona. IBhayibheli lithembisa ukuthi abantu bayophila phakade emhlabeni oyiPharadesi.

  • Kungani Kukhona Ububi Nokuhlupheka?
    Phila Kuze Kube Phakade!—Izifundo ZeBhayibheli
    • 7. UNkulunkulu uzokuqeda konke ukuhlupheka kwabantu

      Fundani u-Isaya 65:17 nesAmbulo 21:3, 4, bese nixoxa ngalo mbuzo:

      • Kungani kududuza ukwazi ukuthi uJehova uzoyilungisa imiphumela yazo zonke izinto ezimbi ezenzeke kubantu?

      Ingabe bewazi?

      Lapho uSathane eqamba amanga okuqala, wanyundela uJehova. Okusho ukuthi lapho ethi uJehova akayena uMbusi onothando futhi akenzi izinto ngendlela efanele, wenza abantu bacabanga izinto ezimbi ngoJehova. Lapho uJehova eqeda ukuhlupheka kwabantu maduzane, uzohlanza igama lakhe. Ngamanye amazwi, uzobonisa ukuthi nguye okufanele abuse. Ukuhlanzwa kwegama likaJehova kuyindaba ebaluleke kunazo zonke emhlabeni nasezulwini.​—Mathewu 6:9, 10.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela