B5
Itabernakele NoMpristi Ophakeme
Izinto Ezakha Itabernakele
1 UMphongolo (Eks 25:10-22; 26:33)
2 Ikhethini (Eks 26:31-33)
3 Insika Yekhethini (Eks 26:31, 32)
4 INgcwele (Eks 26:33)
5 INgcwelengcwele (Eks 26:33)
6 Isihenqo (Eks 26:36)
7 Insika Yesihenqo (Eks 26:37)
8 Izisekelo Zethusi Ezinezimbobo (Eks 26:37)
9 I-altare Lempepho (Eks 30:1-6)
10 Itafula Lesinkwa Sokubukwa (Eks 25:23-30; 26:35)
11 Uthi Lwesibani (Eks 25:31-40; 26:35)
12 Izindwangu Zetende Zelineni (Eks 26:1-6)
13 Izindwangu Zetende Zoboya Bembuzi (Eks 26:7-13)
14 Isembozo Sezikhumba Zezinqama (Eks 26:14)
15 Isembozo Sezikhumba Zezimvu Zamanzi (Eks 26:14)
16 Uhlaka Lwepulangwe (Eks 26:15-18, 29)
17 Izisekelo Zesiliva Ezinezimbobo Ngaphansi Kohlaka Lwepulangwe (Eks 26:19-21)
18 Ugodo (Eks 26:26-29)
19 Izisekelo Zesiliva Ezinezimbobo (Eks 26:32)
20 Indishi Yethusi (Eks 30:18-21)
21 I-Altare Lomnikelo Oshiswayo (Eks 27:1-8)
22 Igceke (Eks 27:17, 18)
23 Isango (Eks 27:16)
24 Amakhethini Elineni Alengayo (Eks 27:9-15)
UMpristi Ophakeme
U-Eksodusi isahluko 28 uchaza ngokuningiliziwe izembatho zompristi ophakeme wakwa-Israyeli
Iduku Lokushuqula (Eks 28:39)
Uphawu Olungcwele Lokuzinikezela (Eks 28:36; 29:6)
Itshe Le-onikisi (Eks 28:9)
Iketanga (Eks 28:14)
Isiqephu Sesifuba Sokwahlulela Esinamatshe Ayigugu Angu-12 (Eks 28:15-21)
Ijazi Elingenamikhono Eliluhlaza Okwesibhakabhaka (Eks 28:31)
Umphetho Onezinsimbi Namahalananda (Eks 28:33-35)
Ingubo Enezikwele Yelineni Elisezingeni Eliphezulu (Eks 28:39)