Genesise 12:3 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 3 Ngiyobabusisa labo abakubusisayo, nalowo okuqalekisayo ngiyomqalekisa,+ futhi yonke imindeni yomhlaba nakanjani iyozibusisa ngawe.”+ Genesise 22:18 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 18 Futhi ngenzalo+ yakho zonke izizwe zomhlaba ngokuqinisekile ziyobusiswa ngenxa yokuthi ulalelé izwi lami.’”+ IzEnzo 3:25 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 25 Ningamadodana+ abaprofethi nawesivumelwano uNkulunkulu asenza nokhokho benu, ethi ku-Abrahama, ‘Yonke imindeni yomhlaba iyobusiswa ngenzalo yakho.’+ Galathiya 3:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 ImiBhalo ibona kusengaphambili ukuthi uNkulunkulu wayeyothi abantu bezizwe balungile ngenxa yokholo, yamemezela kusengaphambili izindaba ezinhle ku-Abrahama, zokuthi: “Izizwe zonke ziyobusiswa ngawe.”+
3 Ngiyobabusisa labo abakubusisayo, nalowo okuqalekisayo ngiyomqalekisa,+ futhi yonke imindeni yomhlaba nakanjani iyozibusisa ngawe.”+
18 Futhi ngenzalo+ yakho zonke izizwe zomhlaba ngokuqinisekile ziyobusiswa ngenxa yokuthi ulalelé izwi lami.’”+
25 Ningamadodana+ abaprofethi nawesivumelwano uNkulunkulu asenza nokhokho benu, ethi ku-Abrahama, ‘Yonke imindeni yomhlaba iyobusiswa ngenzalo yakho.’+
8 ImiBhalo ibona kusengaphambili ukuthi uNkulunkulu wayeyothi abantu bezizwe balungile ngenxa yokholo, yamemezela kusengaphambili izindaba ezinhle ku-Abrahama, zokuthi: “Izizwe zonke ziyobusiswa ngawe.”+