Eksodusi 1:12 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 12 Kodwa lapho bebacindezela kakhulu, kwaba yilapho banda khona kakhulu, futhi besakazeka kabanzi, kangangokuthi bezwa ingebhe ecanuzelisayo ngenxa yabantwana bakwa-Israyeli.+ Eksodusi 23:27 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 27 “Ngiyothumela ngaphambi kwakho ukwethuka ngenxa yami,+ futhi ngiyobaphithizelisa bonke abantu ofika phakathi kwabo, ngikunike impela isijungujungu sentamo yazo zonke izitha zakho.+ Duteronomi 11:25 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 25 Akukho muntu oyomelana nani ngokuqinile.+ UJehova uNkulunkulu wenu uyobeka ingebhe nokwesaba ngani phambi kobuso balo lonke izwe+ eniyonyathela kulo, njengoba nje enithembisile. Joshuwa 2:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 Wathi kula madoda: “Ngiyazi ukuthi ngokuqinisekile uJehova uzoninika lona leli zwe,+ nokuthi sehlelwe ukwethuka ngenxa yenu,+ nokuthi bonke abakhileyo ezweni baphele amandla ngenxa yenu.+ IHubo 14:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 Bagcwala lapho ingebhe enkulu,+Ngoba uJehova uphakathi kwesizukulwane solungile.+
12 Kodwa lapho bebacindezela kakhulu, kwaba yilapho banda khona kakhulu, futhi besakazeka kabanzi, kangangokuthi bezwa ingebhe ecanuzelisayo ngenxa yabantwana bakwa-Israyeli.+
27 “Ngiyothumela ngaphambi kwakho ukwethuka ngenxa yami,+ futhi ngiyobaphithizelisa bonke abantu ofika phakathi kwabo, ngikunike impela isijungujungu sentamo yazo zonke izitha zakho.+
25 Akukho muntu oyomelana nani ngokuqinile.+ UJehova uNkulunkulu wenu uyobeka ingebhe nokwesaba ngani phambi kobuso balo lonke izwe+ eniyonyathela kulo, njengoba nje enithembisile.
9 Wathi kula madoda: “Ngiyazi ukuthi ngokuqinisekile uJehova uzoninika lona leli zwe,+ nokuthi sehlelwe ukwethuka ngenxa yenu,+ nokuthi bonke abakhileyo ezweni baphele amandla ngenxa yenu.+