Eksodusi 15:16 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 16 Ukwethuka nengebhe kuyokwehlela phezu kwabo.+Ngenxa yobukhulu bengalo yakho bayokuma banganyakazi njengetshe,Size sidlule isizwe+ sakho, Jehova,Size sidlule+ isizwe sakho osivezile.+ IHubo 53:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 Bagcwala lapho ingebhe enkulu;+Lapho kwakungekho ngebhe khona;+Ngoba ngokuqinisekile uNkulunkulu uyowahlakaza amathambo anoma ngubani okanisa ngokumelene nawe.+Ngokuqinisekile uyobahlaza, ngoba uJehova ngokwakhe ubalile.+
16 Ukwethuka nengebhe kuyokwehlela phezu kwabo.+Ngenxa yobukhulu bengalo yakho bayokuma banganyakazi njengetshe,Size sidlule isizwe+ sakho, Jehova,Size sidlule+ isizwe sakho osivezile.+
5 Bagcwala lapho ingebhe enkulu;+Lapho kwakungekho ngebhe khona;+Ngoba ngokuqinisekile uNkulunkulu uyowahlakaza amathambo anoma ngubani okanisa ngokumelene nawe.+Ngokuqinisekile uyobahlaza, ngoba uJehova ngokwakhe ubalile.+