-
1 IziKronike 12:40INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
-
-
40 Futhi nalabo ababeseduze kwabo, kuze kufike kwa-Isakare+ nakwaZebhuloni+ nakwaNafetali,+ babeletha ukudla bekulayishe ezimbongolweni+ nasemakameleni naseminyuzini nasezinkabini, izinto ezidliwayo ezenziwe ngofulawa,+ amaqebelengwane amakhiwane agxishiwe,+ namaqebelengwane amagilebhisi omisiwe+ newayini+ namafutha+ nezinkomo+ nezimvu+ ngesibalo esikhulu, ngoba kwakukhona ukujabula+ kwa-Israyeli.
-