IzAga 11:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 Ngenxa yobuhle babalungileyo umzana uyesasa,+ kodwa lapho ababi beshabalala kuba khona ukukhamuluka kwenjabulo.+ IzAga 29:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 Lapho abalungile banda, abantu bayajabula;+ kodwa lapho omubi ebusa, abantu bayabubula.+ UmShumayeli 10:19 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 19 Isinkwa ngesokwenza izisebenzi zihleke, newayini lenza ukuphila kujabule;+ kodwa imali yiyo ebangela ukusabela kuzo zonke izinto.+
10 Ngenxa yobuhle babalungileyo umzana uyesasa,+ kodwa lapho ababi beshabalala kuba khona ukukhamuluka kwenjabulo.+
19 Isinkwa ngesokwenza izisebenzi zihleke, newayini lenza ukuphila kujabule;+ kodwa imali yiyo ebangela ukusabela kuzo zonke izinto.+