Genesise 45:7 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 7 Ngakho uNkulunkulu wangithumela ngaphambi kwenu ukuze anibekele insali+ emhlabeni futhi anigcine niphila ngokuphunyuka okukhulu. Genesise 50:20 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 20 Nina, naningicabangele okubi. UNkulunkulu wayekucabanga ukuba kube kuhle ngenjongo yokuba enze njengakulolu suku, ukuba alonde abantu abaningi.+ Isaya 28:16 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 16 ngakho-ke yilokhu iNkosi EnguMbusi uJehova ekushilo: “Bheka ngibeka itshe+ njengesisekelo eZiyoni,+ itshe elivivinyiwe,+ igumbi eliyigugu+ lesisekelo esiqinisekile.+ Akekho obonisa ukholo oyoba netwetwe.+ Mathewu 21:42 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 42 UJesu wathi kubo: “Anizange yini nifunde emiBhalweni ukuthi, ‘Itshe elaliwa+ abakhi, yilo eliye laba yitshe legumbi eliyinhloko.+ Leli liye laba khona livela kuJehova, futhi liyamangalisa emehlweni ethu’? 1 Petru 2:4 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 4 Ngokuza kuyo njengokungathi etsheni eliphilayo,+ elaliwe,+ yiqiniso, ngabantu,+ kodwa elikhethiwe, eliyigugu, kuNkulunkulu,+
7 Ngakho uNkulunkulu wangithumela ngaphambi kwenu ukuze anibekele insali+ emhlabeni futhi anigcine niphila ngokuphunyuka okukhulu.
20 Nina, naningicabangele okubi. UNkulunkulu wayekucabanga ukuba kube kuhle ngenjongo yokuba enze njengakulolu suku, ukuba alonde abantu abaningi.+
16 ngakho-ke yilokhu iNkosi EnguMbusi uJehova ekushilo: “Bheka ngibeka itshe+ njengesisekelo eZiyoni,+ itshe elivivinyiwe,+ igumbi eliyigugu+ lesisekelo esiqinisekile.+ Akekho obonisa ukholo oyoba netwetwe.+
42 UJesu wathi kubo: “Anizange yini nifunde emiBhalweni ukuthi, ‘Itshe elaliwa+ abakhi, yilo eliye laba yitshe legumbi eliyinhloko.+ Leli liye laba khona livela kuJehova, futhi liyamangalisa emehlweni ethu’?
4 Ngokuza kuyo njengokungathi etsheni eliphilayo,+ elaliwe,+ yiqiniso, ngabantu,+ kodwa elikhethiwe, eliyigugu, kuNkulunkulu,+