Isaya 51:16 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 16 Ngizofaka amazwi ami emlonyeni wakho,+ futhi ngokuqinisekile ngizokusibekela ngethunzi lesandla sami,+ ukuze ngitshale amazulu+ ngibeke isisekelo somhlaba,+ futhi ngisho kulo iZiyoni ukuthi, ‘Uyisizwe sami.’+ Mathewu 16:18 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 18 Mina ngithi kuwe, Wena unguPetru,+ phezu kwaleli dwala+ ngizokwakha ibandla lami, amasango eHayidesi+ ngeke alehlule.+ 1 Korinte 3:11 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 11 Ngoba akukho muntu ongabeka esinye isisekelo+ ngaphandle kwaleso esibekiwe, esinguJesu Kristu.+ Efesu 2:20 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 20 futhi nakhiwe phezu kwesisekelo+ sabaphostoli+ nabaprofethi,+ kuyilapho uKristu Jesu ngokwakhe eyitshe legumbi lesisekelo.+
16 Ngizofaka amazwi ami emlonyeni wakho,+ futhi ngokuqinisekile ngizokusibekela ngethunzi lesandla sami,+ ukuze ngitshale amazulu+ ngibeke isisekelo somhlaba,+ futhi ngisho kulo iZiyoni ukuthi, ‘Uyisizwe sami.’+
18 Mina ngithi kuwe, Wena unguPetru,+ phezu kwaleli dwala+ ngizokwakha ibandla lami, amasango eHayidesi+ ngeke alehlule.+
20 futhi nakhiwe phezu kwesisekelo+ sabaphostoli+ nabaprofethi,+ kuyilapho uKristu Jesu ngokwakhe eyitshe legumbi lesisekelo.+