Levitikusi 10:17 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 17 “Kungani ningazange niwudle umnikelo wesono endaweni engcwele,+ njengoba uyinto engcwelengcwele futhi eninike wona ukuba niphendule ngesiphambeko senhlangano ukuze niyenzele isihlawulelo phambi kukaJehova?+ Levitikusi 22:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 “‘Kumelwe bagcine isibopho sabo kimi, ukuze bangathwali isono ngenxa yaso bese kudingeka bafe+ ngenxa yaso ngoba bebesingcolisa. NginguJehova obangcwelisayo. Numeri 18:1 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 18 UJehova wayesethi ku-Aroni: “Wena namadodana akho nendlu kayihlo kanye nawe niyophendula ngesiphambeko sokona le ndlu engcwele,+ futhi wena namadodana akho kanye nawe niyophendula ngesiphambeko sokona ubupristi benu.+ Isaya 53:11 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 11 Ngenxa yenkathazo yomphefumulo wakhe uyobona,+ uyokwaneliswa.+ Ngolwazi lwakhe olungileyo, inceku yami,+ uyokwenza abantu abaningi babe nokuma okulungile;+ futhi uyothwala iziphambeko zabo.+ 2 Korinte 5:21 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 21 Lowo ongazange asazi isono+ wamenza waba yisono+ ngenxa yethu, ukuze ngaye sibe ukulunga kukaNkulunkulu.+ Hebheru 9:28 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 28 kanjalo noKristu wanikelwa kanye+ kwaba kuphela ukuze athwale izono zabaningi;+ futhi lapho ebonakala+ okwesibili+ kuyobe kungaphandle kwesono+ futhi kube kulabo abamfuna ngobuqotho ukuze basindiswe.+ 1 Petru 2:24 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 24 Yena ngokwakhe wathwala izono zethu+ emzimbeni wakhe esigxotsheni,+ ukuze sihlukane nezono+ futhi siphilele ukulunga. Futhi “naphulukiswa ngemivimbo yakhe.”+
17 “Kungani ningazange niwudle umnikelo wesono endaweni engcwele,+ njengoba uyinto engcwelengcwele futhi eninike wona ukuba niphendule ngesiphambeko senhlangano ukuze niyenzele isihlawulelo phambi kukaJehova?+
9 “‘Kumelwe bagcine isibopho sabo kimi, ukuze bangathwali isono ngenxa yaso bese kudingeka bafe+ ngenxa yaso ngoba bebesingcolisa. NginguJehova obangcwelisayo.
18 UJehova wayesethi ku-Aroni: “Wena namadodana akho nendlu kayihlo kanye nawe niyophendula ngesiphambeko sokona le ndlu engcwele,+ futhi wena namadodana akho kanye nawe niyophendula ngesiphambeko sokona ubupristi benu.+
11 Ngenxa yenkathazo yomphefumulo wakhe uyobona,+ uyokwaneliswa.+ Ngolwazi lwakhe olungileyo, inceku yami,+ uyokwenza abantu abaningi babe nokuma okulungile;+ futhi uyothwala iziphambeko zabo.+
21 Lowo ongazange asazi isono+ wamenza waba yisono+ ngenxa yethu, ukuze ngaye sibe ukulunga kukaNkulunkulu.+
28 kanjalo noKristu wanikelwa kanye+ kwaba kuphela ukuze athwale izono zabaningi;+ futhi lapho ebonakala+ okwesibili+ kuyobe kungaphandle kwesono+ futhi kube kulabo abamfuna ngobuqotho ukuze basindiswe.+
24 Yena ngokwakhe wathwala izono zethu+ emzimbeni wakhe esigxotsheni,+ ukuze sihlukane nezono+ futhi siphilele ukulunga. Futhi “naphulukiswa ngemivimbo yakhe.”+