24 Amadoda akwa-Israyeli ayecindezeleke kanzima ngalolo suku, kodwa nokho uSawule wabafaka ngaphansi kwesibopho sesifungo abantu,+ ethi: “Uqalekisiwe umuntu odla isinkwa ngaphambi kokuhlwa kuze kube yilapho sengiziphindisele+ ezitheni zami!” Akekho noyedwa kubantu owanambitha isinkwa.+