Eksodusi 32:30 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 30 Kwathi ngalo kanye usuku olulandelayo uMose wathi kubantu: “Nina—noné ngesono esikhulu,+ manje ngizokhuphukela kuJehova. Mhlawumbe nginganenzela ukubuyisana ngesono senu.”+ Levitikusi 12:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 Kodwa uma engeke abe namandla anele emvu, khona-ke kumelwe athathe amahobhe amabili noma amaphuphu amabili amajuba,+ elinye kube elomnikelo wokushiswa elinye kube elomnikelo wesono, umpristi amenzele isihlawulelo,+ abe ohlanzekile.’” Numeri 15:25 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 25 Futhi umpristi kumelwe ayenzele isihlawulelo+ yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli, ithethelelwe; ngoba kwakuyiphutha,+ futhi yona, yaletha njengomnikelo wayo umnikelo owenziwa ngomlilo oya kuJehova nomnikelo wayo wesono phambi kukaJehova ngenxa yephutha layo. Hebheru 2:17 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 17 Ngenxa yalokho wayebophekile ukuba abe ‘njengabafowabo’ ezicini zonke,+ ukuze abe umpristi ophakeme onesihe nothembekile ezintweni eziphathelene noNkulunkulu,+ ukuze anikele umhlatshelo oyisihlawulelo+ ngenxa yezono zabantu.+ 1 Johane 2:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 Ungumhlatshelo+ oyisihlawulelo+ wezono zethu,+ nokho kungezona ezethu+ kuphela kodwa nezalo lonke izwe.+
30 Kwathi ngalo kanye usuku olulandelayo uMose wathi kubantu: “Nina—noné ngesono esikhulu,+ manje ngizokhuphukela kuJehova. Mhlawumbe nginganenzela ukubuyisana ngesono senu.”+
8 Kodwa uma engeke abe namandla anele emvu, khona-ke kumelwe athathe amahobhe amabili noma amaphuphu amabili amajuba,+ elinye kube elomnikelo wokushiswa elinye kube elomnikelo wesono, umpristi amenzele isihlawulelo,+ abe ohlanzekile.’”
25 Futhi umpristi kumelwe ayenzele isihlawulelo+ yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli, ithethelelwe; ngoba kwakuyiphutha,+ futhi yona, yaletha njengomnikelo wayo umnikelo owenziwa ngomlilo oya kuJehova nomnikelo wayo wesono phambi kukaJehova ngenxa yephutha layo.
17 Ngenxa yalokho wayebophekile ukuba abe ‘njengabafowabo’ ezicini zonke,+ ukuze abe umpristi ophakeme onesihe nothembekile ezintweni eziphathelene noNkulunkulu,+ ukuze anikele umhlatshelo oyisihlawulelo+ ngenxa yezono zabantu.+
2 Ungumhlatshelo+ oyisihlawulelo+ wezono zethu,+ nokho kungezona ezethu+ kuphela kodwa nezalo lonke izwe.+