Eksodusi 8:7 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 7 Nokho, abapristi abenza imilingo benza into efanayo ngobuciko babo obuyimfihlo, benza ukuba amaxoxo enyukele phezu kwezwe laseGibhithe.+ Duteronomi 18:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 Akufanele kutholakale kuwe noma ubani odabulisa indodana yakhe noma indodakazi yakhe emlilweni,+ noma ubani obhulayo,+ owenza umlingo+ nanoma ubani ofuna amabika+ noma umthakathi,+ 2 AmaKhosi 21:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 Wadabulisa indodana yakhe emlilweni,+ wenza imilingo+ wabheka amabika futhi wenza ukuba kube khona abanemimoya+ nababikezeli bezenzakalo.+ Wenza okubi emehlweni kaJehova ngezinga elikhulu, emcasula. Galathiya 5:20 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 20 ukukhonza izithombe, umkhuba wokusebenzisa imimoya,+ ubutha, ukuxabana, umhawu, isifuthefuthe sentukuthelo, imibango, ukuhlukana, amahlelo, IsAmbulo 21:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 Kodwa amagwala nabangenalo ukholo+ nabanengekayo ngenxa yokungcola kwabo+ nababulali,+ nezifebe,+ nabasebenzisa imimoya, nabakhonza izithombe,+ nabo bonke abaqambimanga,+ isabelo sabo siyoba sechibini elivutha umlilo+ nesibabule.+ Lokhu kusho ukufa kwesibili.”+
7 Nokho, abapristi abenza imilingo benza into efanayo ngobuciko babo obuyimfihlo, benza ukuba amaxoxo enyukele phezu kwezwe laseGibhithe.+
10 Akufanele kutholakale kuwe noma ubani odabulisa indodana yakhe noma indodakazi yakhe emlilweni,+ noma ubani obhulayo,+ owenza umlingo+ nanoma ubani ofuna amabika+ noma umthakathi,+
6 Wadabulisa indodana yakhe emlilweni,+ wenza imilingo+ wabheka amabika futhi wenza ukuba kube khona abanemimoya+ nababikezeli bezenzakalo.+ Wenza okubi emehlweni kaJehova ngezinga elikhulu, emcasula.
20 ukukhonza izithombe, umkhuba wokusebenzisa imimoya,+ ubutha, ukuxabana, umhawu, isifuthefuthe sentukuthelo, imibango, ukuhlukana, amahlelo,
8 Kodwa amagwala nabangenalo ukholo+ nabanengekayo ngenxa yokungcola kwabo+ nababulali,+ nezifebe,+ nabasebenzisa imimoya, nabakhonza izithombe,+ nabo bonke abaqambimanga,+ isabelo sabo siyoba sechibini elivutha umlilo+ nesibabule.+ Lokhu kusho ukufa kwesibili.”+