Levitikusi 19:26 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 26 “‘Akumelwe nidle noma yini kanye negazi.+ “‘Ningawabheki amabika,+ futhi ningayenzi imilingo.+ IzEnzo 19:19 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 19 Ngempela, abaningana impela kulabo ababenza ubuciko bemilingo+ babuthela izincwadi zabo ndawonye bazishisa phambi kwawo wonke umuntu. Babala ndawonye intengo yazo bayithola ilingana nezinhlamvu zesiliva eziyizinkulungwane ezingamashumi ayisihlanu.
19 Ngempela, abaningana impela kulabo ababenza ubuciko bemilingo+ babuthela izincwadi zabo ndawonye bazishisa phambi kwawo wonke umuntu. Babala ndawonye intengo yazo bayithola ilingana nezinhlamvu zesiliva eziyizinkulungwane ezingamashumi ayisihlanu.