IHubo 5:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 Uyobabhubhisa abakhuluma amanga.+UJehova uyanengwa ngumuntu ochitha igazi+ nonenkohliso.+ IHubo 55:23 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 23 Kodwa wena Nkulunkulu uyobehlisela emgodini ophansi impela.+Abantu abanecala legazi nabanenkohliso, ngeke bayiphile nengxenye yezinsuku zabo.+Kepha mina, ngizothembela kuwe.+ IzEnzo 20:26 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 26 Ngakho nginicela ukuba nibe ngofakazi kulo kanye lolu suku bokuthi ngimsulwa egazini+ labo bonke abantu,
23 Kodwa wena Nkulunkulu uyobehlisela emgodini ophansi impela.+Abantu abanecala legazi nabanenkohliso, ngeke bayiphile nengxenye yezinsuku zabo.+Kepha mina, ngizothembela kuwe.+
26 Ngakho nginicela ukuba nibe ngofakazi kulo kanye lolu suku bokuthi ngimsulwa egazini+ labo bonke abantu,