Jeremiya 4:13 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 13 Bheka! Uzokhuphuka njengamafu emvula, izinqola zakhe zinjengesivunguvungu.+ Amahhashi akhe anejubane elidlula elezinkozi.+ Maye kithi, ngoba siphangiwe! IsiLilo 4:19 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 19 Abasisukelayo baye baba nejubane kunezinkozi zamazulu.+Basihlale ezithendeni+ phezu kwezintaba. Basiqamekele ehlane.+ Hoseya 8:1 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 “Emlonyeni —uphondo!+ Umuntu uza njengokhozi+ emelene nendlu kaJehova, ngesizathu sokuthi yeqe isivumelwano sami,+ futhi yeqe umthetho wami.+
13 Bheka! Uzokhuphuka njengamafu emvula, izinqola zakhe zinjengesivunguvungu.+ Amahhashi akhe anejubane elidlula elezinkozi.+ Maye kithi, ngoba siphangiwe!
19 Abasisukelayo baye baba nejubane kunezinkozi zamazulu.+Basihlale ezithendeni+ phezu kwezintaba. Basiqamekele ehlane.+
8 “Emlonyeni —uphondo!+ Umuntu uza njengokhozi+ emelene nendlu kaJehova, ngesizathu sokuthi yeqe isivumelwano sami,+ futhi yeqe umthetho wami.+