Duteronomi 28:49 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 49 “UJehova uyokuvusela isizwe esikude,+ esivela emkhawulweni womhlaba, njengokubhozomela kokhozi,+ isizwe esilulimi lwaso ungeke uluqonde,+ Isaya 5:26 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 26 Futhi uye wasiphakamisela isibonakaliso isizwe esikhulu esikude,+ futhi wasishayela ikhwelo sisemkhawulweni womhlaba;+ futhi, bheka! sizofika ngejubane siphuthuma.+ Jeremiya 4:13 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 13 Bheka! Uzokhuphuka njengamafu emvula, izinqola zakhe zinjengesivunguvungu.+ Amahhashi akhe anejubane elidlula elezinkozi.+ Maye kithi, ngoba siphangiwe! Hoseya 8:1 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 “Emlonyeni —uphondo!+ Umuntu uza njengokhozi+ emelene nendlu kaJehova, ngesizathu sokuthi yeqe isivumelwano sami,+ futhi yeqe umthetho wami.+ Habakuki 1:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 Amahhashi aso azibonakalise enejubane ngaphezu kwezingwe, futhi azibonakalise enolaka ngaphezu kwezimpisi zakusihlwa.+ Izinjomane zaso ziqebekule inhlabathi, futhi izinjomane zaso zivela kude. Zindiza njengokhozi luphuthuma ukuyodla okuthile.+
49 “UJehova uyokuvusela isizwe esikude,+ esivela emkhawulweni womhlaba, njengokubhozomela kokhozi,+ isizwe esilulimi lwaso ungeke uluqonde,+
26 Futhi uye wasiphakamisela isibonakaliso isizwe esikhulu esikude,+ futhi wasishayela ikhwelo sisemkhawulweni womhlaba;+ futhi, bheka! sizofika ngejubane siphuthuma.+
13 Bheka! Uzokhuphuka njengamafu emvula, izinqola zakhe zinjengesivunguvungu.+ Amahhashi akhe anejubane elidlula elezinkozi.+ Maye kithi, ngoba siphangiwe!
8 “Emlonyeni —uphondo!+ Umuntu uza njengokhozi+ emelene nendlu kaJehova, ngesizathu sokuthi yeqe isivumelwano sami,+ futhi yeqe umthetho wami.+
8 Amahhashi aso azibonakalise enejubane ngaphezu kwezingwe, futhi azibonakalise enolaka ngaphezu kwezimpisi zakusihlwa.+ Izinjomane zaso ziqebekule inhlabathi, futhi izinjomane zaso zivela kude. Zindiza njengokhozi luphuthuma ukuyodla okuthile.+