Duteronomi 4:26 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 26 ngimisa amazulu nomhlaba,+ njengawofakazi ngokumelene nani namuhla bokuthi niyoshabalala nokushabalala ngokushesha niphele ezweni eniwela iJordani ukuba nilithathe. Ngeke nizandise izinsuku zenu kulo, ngoba niyobhuqwa nokubhuqwa.+ Duteronomi 31:28 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 28 Buthelani kimi wonke amadoda amadala ezizwe zenu nezikhulu zenu,+ ngiwakhulume la mazwi ezwa, futhi ngimise amazulu nomhlaba njengofakazi ngokumelene nawo.+ Isaya 1:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 O mazulu yizwani,+ ubeke indlebe nawe mhlaba, ngoba uJehova ngokwakhe ukhulumile: “Ngondlé amadodana futhi ngawakhulisa,+ kodwa wona angivukele.+
26 ngimisa amazulu nomhlaba,+ njengawofakazi ngokumelene nani namuhla bokuthi niyoshabalala nokushabalala ngokushesha niphele ezweni eniwela iJordani ukuba nilithathe. Ngeke nizandise izinsuku zenu kulo, ngoba niyobhuqwa nokubhuqwa.+
28 Buthelani kimi wonke amadoda amadala ezizwe zenu nezikhulu zenu,+ ngiwakhulume la mazwi ezwa, futhi ngimise amazulu nomhlaba njengofakazi ngokumelene nawo.+
2 O mazulu yizwani,+ ubeke indlebe nawe mhlaba, ngoba uJehova ngokwakhe ukhulumile: “Ngondlé amadodana futhi ngawakhulisa,+ kodwa wona angivukele.+