Duteronomi 30:19 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 19 Ngimisa amazulu nomhlaba njengofakazi ngokumelene nani namuhla,+ bokuthi ngibeke ukuphila nokufa phambi kwakho,+ isibusiso+ nesiqalekiso;+ kumelwe ukhethe ukuphila ukuze uqhubeke uphila,+ wena nenzalo yakho,+ Duteronomi 31:28 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 28 Buthelani kimi wonke amadoda amadala ezizwe zenu nezikhulu zenu,+ ngiwakhulume la mazwi ezwa, futhi ngimise amazulu nomhlaba njengofakazi ngokumelene nawo.+ Isaya 1:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 O mazulu yizwani,+ ubeke indlebe nawe mhlaba, ngoba uJehova ngokwakhe ukhulumile: “Ngondlé amadodana futhi ngawakhulisa,+ kodwa wona angivukele.+
19 Ngimisa amazulu nomhlaba njengofakazi ngokumelene nani namuhla,+ bokuthi ngibeke ukuphila nokufa phambi kwakho,+ isibusiso+ nesiqalekiso;+ kumelwe ukhethe ukuphila ukuze uqhubeke uphila,+ wena nenzalo yakho,+
28 Buthelani kimi wonke amadoda amadala ezizwe zenu nezikhulu zenu,+ ngiwakhulume la mazwi ezwa, futhi ngimise amazulu nomhlaba njengofakazi ngokumelene nawo.+
2 O mazulu yizwani,+ ubeke indlebe nawe mhlaba, ngoba uJehova ngokwakhe ukhulumile: “Ngondlé amadodana futhi ngawakhulisa,+ kodwa wona angivukele.+