Eksodusi 19:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 Futhi nina ngokwenu niyoba umbuso wabapristi nesizwe esingcwele kimi.’+ Yilawa amazwi okumelwe uwasho kubantwana bakwa-Israyeli.” Levitikusi 19:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 “Khuluma nayo yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli, uthi kuyo, ‘Kufanele nibe ngcwele,+ ngoba mina Jehova uNkulunkulu wenu ngingcwele.+ Levitikusi 20:26 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 26 Kumelwe nibe ngcwele kimi,+ ngoba mina Jehova ngingcwele;+ futhi ngiyaqhubeka nokunihlukanisa nezizwe ukuba nibe ngabami.+ Duteronomi 28:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 UJehova uyokumisa njengesizwe esingcwele kuye,+ njengoba nje afunga kuwe,+ ngoba uqhubeka ugcina imiyalo+ kaJehova uNkulunkulu wakho, futhi uhamba ezindleleni zakhe. Ezra 9:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 Ngoba bona namadodana abo bamukele amanye amadodakazi abo aba abafazi babo;+ futhi bona, beyinzalo engcwele,+ bahlangene+ namaqembu abantu bakula mazwe, futhi isandla sezikhulu nababusi abangamaphini siye saba phambili+ kulokhu kungathembeki.” 1 Petru 1:15 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 15 kodwa, ngokuvumelana noNgcwele owanibiza, nani yibani ngcwele ngokwenu kukho konke ukuziphatha kwenu,+
6 Futhi nina ngokwenu niyoba umbuso wabapristi nesizwe esingcwele kimi.’+ Yilawa amazwi okumelwe uwasho kubantwana bakwa-Israyeli.”
2 “Khuluma nayo yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli, uthi kuyo, ‘Kufanele nibe ngcwele,+ ngoba mina Jehova uNkulunkulu wenu ngingcwele.+
26 Kumelwe nibe ngcwele kimi,+ ngoba mina Jehova ngingcwele;+ futhi ngiyaqhubeka nokunihlukanisa nezizwe ukuba nibe ngabami.+
9 UJehova uyokumisa njengesizwe esingcwele kuye,+ njengoba nje afunga kuwe,+ ngoba uqhubeka ugcina imiyalo+ kaJehova uNkulunkulu wakho, futhi uhamba ezindleleni zakhe.
2 Ngoba bona namadodana abo bamukele amanye amadodakazi abo aba abafazi babo;+ futhi bona, beyinzalo engcwele,+ bahlangene+ namaqembu abantu bakula mazwe, futhi isandla sezikhulu nababusi abangamaphini siye saba phambili+ kulokhu kungathembeki.”
15 kodwa, ngokuvumelana noNgcwele owanibiza, nani yibani ngcwele ngokwenu kukho konke ukuziphatha kwenu,+