1 Samuweli 12:15 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 15 Kodwa uma ningeke nililalele izwi likaJehova+ futhi nizodlubulunda emyalweni kaJehova,+ ngokuqinisekile isandla sikaJehova siyomelana nani nawoyihlo.+ 1 Samuweli 15:23 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 23 ngoba ukudlubulunda+ kuyafana nesono sokubhula,+ nokuphikelela ngokugabadela kuyafana nokusebenzisa amandla angaqondakali namatherafi.+ Njengoba ulalile izwi likaJehova,+ ngakho naye uyakwala ukuba ungabe usaba yinkosi.”+ IzAga 17:11 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 11 Omubi ulokhu efuna+ ukudlubulunda kuphela, futhi sinesihluku isithunywa esithunywa ukuba simelane naye.+
15 Kodwa uma ningeke nililalele izwi likaJehova+ futhi nizodlubulunda emyalweni kaJehova,+ ngokuqinisekile isandla sikaJehova siyomelana nani nawoyihlo.+
23 ngoba ukudlubulunda+ kuyafana nesono sokubhula,+ nokuphikelela ngokugabadela kuyafana nokusebenzisa amandla angaqondakali namatherafi.+ Njengoba ulalile izwi likaJehova,+ ngakho naye uyakwala ukuba ungabe usaba yinkosi.”+
11 Omubi ulokhu efuna+ ukudlubulunda kuphela, futhi sinesihluku isithunywa esithunywa ukuba simelane naye.+