Eksodusi 34:13 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 13 Kodwa ama-altare abo kumelwe niwadilize, nezinsika zabo ezingcwele kumelwe niziphihlize, nezigxobo zabo ezingcwele kumelwe nizigawule.+ Duteronomi 7:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 “Ngakolunye uhlangothi, yilokhu okufanele nikwenze kuzo: Ama-altare azo kufanele niwadilize,+ izinsika zazo ezingcwele nizibhidlize,+ izigxobo zazo ezingcwele+ nizinqume,+ nemifanekiso yazo ebaziwe niyishise ngomlilo.+ 1 Korinte 8:4 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 4 Ngokuphathelene nokudla+ ukudla okunikelwe ezithombeni, siyazi ukuthi isithombe asilutho+ ezweni, nokuthi akukho Nkulunkulu ngaphandle koyedwa.+
13 Kodwa ama-altare abo kumelwe niwadilize, nezinsika zabo ezingcwele kumelwe niziphihlize, nezigxobo zabo ezingcwele kumelwe nizigawule.+
5 “Ngakolunye uhlangothi, yilokhu okufanele nikwenze kuzo: Ama-altare azo kufanele niwadilize,+ izinsika zazo ezingcwele nizibhidlize,+ izigxobo zazo ezingcwele+ nizinqume,+ nemifanekiso yazo ebaziwe niyishise ngomlilo.+
4 Ngokuphathelene nokudla+ ukudla okunikelwe ezithombeni, siyazi ukuthi isithombe asilutho+ ezweni, nokuthi akukho Nkulunkulu ngaphandle koyedwa.+