Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IHubo 91:11
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 11 Ngoba uyoyaleza izingelosi zakhe ngokuphathelene nawe,+

      Ukuba zikuqaphe kuzo zonke izindlela zakho.+

  • IHubo 97:10
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 10 O nina enithanda uJehova,+ zondani okubi.+

      Uqapha imiphefumulo yabaqotho bakhe;+

      Uyabakhulula esandleni sababi.+

  • IHubo 121:3
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    •  3 Akunakwenzeka ukuba avumele unyawo lwakho luntengantenge.+

      Akunakwenzeka ukuba Lowo okuqaphile ozele.+

  • IzAga 2:8
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 8 ngokuqapha izindlela zokwahlulela,+ futhi uyoyiqapha indlela yabathembekileyo bakhe.+

  • Luka 1:79
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 79 ukuze kukhanyisele labo abahlezi ebumnyameni nasethunzini lokufa,+ kuqondise izinyawo zethu ngempumelelo endleleni yokuthula.”

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela