Numeri 13:33 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 33 Sabona lapho namaNefili, amadodana ka-Anaki,+ avela kumaNefili; kangangokuthi emehlweni ethu saba njengezintethe, futhi saba njalo nasemehlweni awo.”+ Duteronomi 20:3 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 3 Athi kubo, ‘O Israyeli, yizwa, namuhla nisondela empini ukulwa nezitha zenu. Ningazivumeli izinhliziyo zenu zibe novalo.+ Ningesabi noma nibaleke ninetwetwe noma niqhaqhazele ngenxa yazo,+ 1 Samuweli 17:11 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 11 Lapho uSawule+ no-Israyeli wonke bezwa la mazwi omFilisti, khona-ke bethuka kakhulu futhi besaba kakhulu.+ Isaya 7:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 Kwafika umbiko endlini kaDavide, othi: “ISiriya linciké ku-Efrayimi.”+ Inhliziyo yakhe nenhliziyo yabantu bakhe yaqala ukuvevezela, njengokuvevezela kwemithi yehlathi ivevezeliswa ngumoya.+
33 Sabona lapho namaNefili, amadodana ka-Anaki,+ avela kumaNefili; kangangokuthi emehlweni ethu saba njengezintethe, futhi saba njalo nasemehlweni awo.”+
3 Athi kubo, ‘O Israyeli, yizwa, namuhla nisondela empini ukulwa nezitha zenu. Ningazivumeli izinhliziyo zenu zibe novalo.+ Ningesabi noma nibaleke ninetwetwe noma niqhaqhazele ngenxa yazo,+
11 Lapho uSawule+ no-Israyeli wonke bezwa la mazwi omFilisti, khona-ke bethuka kakhulu futhi besaba kakhulu.+
2 Kwafika umbiko endlini kaDavide, othi: “ISiriya linciké ku-Efrayimi.”+ Inhliziyo yakhe nenhliziyo yabantu bakhe yaqala ukuvevezela, njengokuvevezela kwemithi yehlathi ivevezeliswa ngumoya.+