2 Samuweli 17:25 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 25 U-Amasa+ nguye u-Absalomu ayembeke esikhundleni sikaJowabe+ phezu kwebutho; u-Amasa wayeyindodana yomuntu ogama lakhe lalingu-Ithira+ umIsrayeli, owalala no-Abhigayili+ indodakazi kaNahashi, udadewabo kaZeruya, unina kaJowabe. 2 Samuweli 19:13 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 13 Ku-Amasa kufanele nithi,+ ‘Awulona yini ithambo lami nenyama yami? Kwangathi uNkulunkulu angenza kanjalo kimi futhi kwangathi anganezela kanjalo kukho+ uma ungayikuba induna yempi phambi kwami ngaso sonke isikhathi esikhundleni sikaJowabe.’”+ 1 IziKronike 2:17 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 17 U-Abhigayili wazala u-Amasa;+ uyise ka-Amasa kwakunguJetheri+ umIshmayeli.
25 U-Amasa+ nguye u-Absalomu ayembeke esikhundleni sikaJowabe+ phezu kwebutho; u-Amasa wayeyindodana yomuntu ogama lakhe lalingu-Ithira+ umIsrayeli, owalala no-Abhigayili+ indodakazi kaNahashi, udadewabo kaZeruya, unina kaJowabe.
13 Ku-Amasa kufanele nithi,+ ‘Awulona yini ithambo lami nenyama yami? Kwangathi uNkulunkulu angenza kanjalo kimi futhi kwangathi anganezela kanjalo kukho+ uma ungayikuba induna yempi phambi kwami ngaso sonke isikhathi esikhundleni sikaJowabe.’”+