2 Samuweli 19:28 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 28 Ngoba yonke indlu kababa ngabe yamane yahlulelelwa ukufa yinkosi yami, nokho wabeka inceku yakho phakathi kwalabo abadla etafuleni lakho.+ Ngakho yini engisenayo njengesikhalo esifanele engingabuye ngiyikhalele+ enkosini?” 1 AmaKhosi 2:7 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 7 “Kufanele ubonise umusa wothando emadodaneni kaBharizilayi+ waseGileyadi, abe phakathi kwalabo abadla etafuleni lakho;+ ngoba yileyo ndlela asondela+ ngayo kimi lapho ngibalekela u-Absalomu umfowenu.+ IzAga 11:25 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 25 Umphefumulo ophanayo uyokhuluphaliswa;+ nophuzisa abanye ngokungagodli naye uyophuziswa ngokungagodli.+ Isaya 32:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 Umuntu ophanayo, uye wanikeza iseluleko ngezenzo zokuphana; futhi uyosukumela izenzo zokuphana.+
28 Ngoba yonke indlu kababa ngabe yamane yahlulelelwa ukufa yinkosi yami, nokho wabeka inceku yakho phakathi kwalabo abadla etafuleni lakho.+ Ngakho yini engisenayo njengesikhalo esifanele engingabuye ngiyikhalele+ enkosini?”
7 “Kufanele ubonise umusa wothando emadodaneni kaBharizilayi+ waseGileyadi, abe phakathi kwalabo abadla etafuleni lakho;+ ngoba yileyo ndlela asondela+ ngayo kimi lapho ngibalekela u-Absalomu umfowenu.+
25 Umphefumulo ophanayo uyokhuluphaliswa;+ nophuzisa abanye ngokungagodli naye uyophuziswa ngokungagodli.+