2 Samuweli 5:7 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 7 Noma kunjalo, uDavide wasithatha isiphephelo saseZiyoni,+ okungukuthi, uMuzi KaDavide.+ 1 AmaKhosi 3:1 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 3 USolomoni wakha ubuhlobo bomshado+ noFaro inkosi yaseGibhithe wathatha indodakazi kaFaro+ wayiletha eMzini KaDavide,+ waze waqeda ukwakha indlu yakhe+ nendlu kaJehova+ nodonga lwaseJerusalema nxazonke.+ 1 AmaKhosi 11:43 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 43 Khona-ke uSolomoni walala nokhokho bakhe,+ wangcwatshwa eMzini KaDavide+ uyise; uRehobowamu+ indodana yakhe wabusa esikhundleni sakhe. 1 IziKronike 11:7 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 7 UDavide wahlala endaweni okwakunzima ukuyifinyelela.+ Yingakho yabizwa ngokuthi uMuzi KaDavide.+ IzEnzo 2:29 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 29 “Madoda, bazalwane, kuvumelekile ukukhuluma ngokukhululekile kini ngokuphathelene noDavide inhloko yomndeni, ukuthi washona,+ wangcwatshwa nethuna lakhe liphakathi kwethu kuze kube yilolu suku.
3 USolomoni wakha ubuhlobo bomshado+ noFaro inkosi yaseGibhithe wathatha indodakazi kaFaro+ wayiletha eMzini KaDavide,+ waze waqeda ukwakha indlu yakhe+ nendlu kaJehova+ nodonga lwaseJerusalema nxazonke.+
43 Khona-ke uSolomoni walala nokhokho bakhe,+ wangcwatshwa eMzini KaDavide+ uyise; uRehobowamu+ indodana yakhe wabusa esikhundleni sakhe.
29 “Madoda, bazalwane, kuvumelekile ukukhuluma ngokukhululekile kini ngokuphathelene noDavide inhloko yomndeni, ukuthi washona,+ wangcwatshwa nethuna lakhe liphakathi kwethu kuze kube yilolu suku.