7 Ngakho wathi kuJuda: “Masiyakhe le mizi futhi senze izindonga+ nxazonke nemibhoshongo,+ izicabha ezingamabhangqa nemigoqo.+ Izwe lisatholakala, ngoba siye samfuna uJehova uNkulunkulu wethu.+ Simfunile, yena usinika ukuphumula nxazonke.”+ Base beyakha futhi baba nempumelelo.+