2 AmaKhosi 11:14 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 14 Khona-ke wabona, bheka inkosi yayimi ngasensikeni+ ngokwenkambiso, futhi izinduna namacilongo+ zingasenkosini, nabo bonke abantu bezwe bejabula+ beshaya amacilongo. Masinyane u-Athaliya+ waklebhula izingubo zakhe wamemeza ethi: “Uzungu! Uzungu!”+
14 Khona-ke wabona, bheka inkosi yayimi ngasensikeni+ ngokwenkambiso, futhi izinduna namacilongo+ zingasenkosini, nabo bonke abantu bezwe bejabula+ beshaya amacilongo. Masinyane u-Athaliya+ waklebhula izingubo zakhe wamemeza ethi: “Uzungu! Uzungu!”+