2 Samuweli 16:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 Ekugcineni u-Abhishayi indodana kaZeruya+ wathi enkosini: “Kungani le nja efile+ kufanele iqalekise inkosi yami inkosi?+ Ngicela ungivumele ngiwele ngishumpule ikhanda lakhe.”+ 2 Samuweli 20:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 Khona-ke uDavide wathi ku-Abhishayi:+ “Manje uSheba+ indodana kaBikri uzoba mubi kakhulu kithi kuno-Absalomu.+ Thatha izinceku+ zenkosi yakho umsukele wena, ukuze angazitholeli imizi enezivikelo eziqinile aphunyuke phambi kwamehlo ethu.” 2 Samuweli 21:17 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 17 Ngaso leso sikhathi u-Abhishayi+ indodana kaZeruya wamsiza+ wamshaya lo mFilisti wambulala. Ngaleso sikhathi amadoda kaDavide afunga kuye, athi: “Akumelwe uphinde uphume kanye nathi uye empini,+ ukuze ungasicimi+ isibani+ sika-Israyeli!” 2 Samuweli 23:18 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 18 U-Abhishayi+ umfowabo kaJowabe indodana kaZeruya,+ wayeyinhloko yabangamashumi amathathu, futhi wayesikaza umkhonto wakhe phezu kwabangamakhulu amathathu ababulewe, futhi wayenedumela elinjengelalaba abathathu.+ 1 IziKronike 18:12 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 12 U-Abhishayi+ indodana kaZeruya,+ wabulala abakwa-Edomi eSigodini Sikasawoti,+ izinkulungwane eziyishumi nesishiyagalombili.
9 Ekugcineni u-Abhishayi indodana kaZeruya+ wathi enkosini: “Kungani le nja efile+ kufanele iqalekise inkosi yami inkosi?+ Ngicela ungivumele ngiwele ngishumpule ikhanda lakhe.”+
6 Khona-ke uDavide wathi ku-Abhishayi:+ “Manje uSheba+ indodana kaBikri uzoba mubi kakhulu kithi kuno-Absalomu.+ Thatha izinceku+ zenkosi yakho umsukele wena, ukuze angazitholeli imizi enezivikelo eziqinile aphunyuke phambi kwamehlo ethu.”
17 Ngaso leso sikhathi u-Abhishayi+ indodana kaZeruya wamsiza+ wamshaya lo mFilisti wambulala. Ngaleso sikhathi amadoda kaDavide afunga kuye, athi: “Akumelwe uphinde uphume kanye nathi uye empini,+ ukuze ungasicimi+ isibani+ sika-Israyeli!”
18 U-Abhishayi+ umfowabo kaJowabe indodana kaZeruya,+ wayeyinhloko yabangamashumi amathathu, futhi wayesikaza umkhonto wakhe phezu kwabangamakhulu amathathu ababulewe, futhi wayenedumela elinjengelalaba abathathu.+
12 U-Abhishayi+ indodana kaZeruya,+ wabulala abakwa-Edomi eSigodini Sikasawoti,+ izinkulungwane eziyishumi nesishiyagalombili.