Duteronomi 32:17 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 17 Bahlabela amademoni, hhayi uNkulunkulu,+Onkulunkulu ababengabazi,+Abasha abafike muva nje,+Okhokho benu ababengajwayelene nabo. 2 AmaKhosi 19:18 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 18 Anikele onkulunkulu bazo emlilweni, ngoba bebengebona onkulunkulu,+ kodwa bewumsebenzi wezandla zomuntu,+ ukhuni netshe; yingakho ababhubhisa. IzEnzo 19:26 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 26 Niyabona futhi niyezwa ukuthi lo Pawulu usithonye kanjani isixuku esikhulu wasiphendulela komunye umbono, ethi labo abenziwe ngezandla+ ababona onkulunkulu, kungekhona e-Efesu+ nje kuphela kodwa cishe kuso sonke isifunda sase-Asiya.
17 Bahlabela amademoni, hhayi uNkulunkulu,+Onkulunkulu ababengabazi,+Abasha abafike muva nje,+Okhokho benu ababengajwayelene nabo.
18 Anikele onkulunkulu bazo emlilweni, ngoba bebengebona onkulunkulu,+ kodwa bewumsebenzi wezandla zomuntu,+ ukhuni netshe; yingakho ababhubhisa.
26 Niyabona futhi niyezwa ukuthi lo Pawulu usithonye kanjani isixuku esikhulu wasiphendulela komunye umbono, ethi labo abenziwe ngezandla+ ababona onkulunkulu, kungekhona e-Efesu+ nje kuphela kodwa cishe kuso sonke isifunda sase-Asiya.