Duteronomi 4:28 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 28 Lapho kuyomelwe ukuba nikhonze onkulunkulu,+ umkhiqizo wezandla zomuntu, ukhuni netshe,+ okungakwazi ukubona noma ukuzwa noma ukudla noma ukuhogela.+ 1 IziKronike 16:26 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 26 Ngoba bonke onkulunkulu bezizwe bangonkulunkulu abangasizi ngalutho.+Kepha uJehova, wenza amazulu.+ Isaya 44:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 Ubani obumbé unkulunkulu noma obumbe umfanekiso oncibilikisiwe?+ Akubanga nanzuzo nhlobo.+ Jeremiya 10:3 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 3 Ngoba amasiko ezizwe+ amane awumoya okhishwa ngamakhala, ngoba kumane nje kuwumuthi+ wasehlathini umuntu awugawulile, umsebenzi wezandla zengcweti ngengwedo.+ IzEnzo 17:29 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 29 “Ngakho-ke, njengoba siyinzalo kaNkulunkulu,+ akufanele sicabange ukuthi uMuntu Waphezulu+ unjengegolide noma isiliva noma itshe, njengokuthile okuqoshwe ngobuciko nangomklamo womuntu.+ 1 Korinte 8:4 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 4 Ngokuphathelene nokudla+ ukudla okunikelwe ezithombeni, siyazi ukuthi isithombe asilutho+ ezweni, nokuthi akukho Nkulunkulu ngaphandle koyedwa.+
28 Lapho kuyomelwe ukuba nikhonze onkulunkulu,+ umkhiqizo wezandla zomuntu, ukhuni netshe,+ okungakwazi ukubona noma ukuzwa noma ukudla noma ukuhogela.+
26 Ngoba bonke onkulunkulu bezizwe bangonkulunkulu abangasizi ngalutho.+Kepha uJehova, wenza amazulu.+
3 Ngoba amasiko ezizwe+ amane awumoya okhishwa ngamakhala, ngoba kumane nje kuwumuthi+ wasehlathini umuntu awugawulile, umsebenzi wezandla zengcweti ngengwedo.+
29 “Ngakho-ke, njengoba siyinzalo kaNkulunkulu,+ akufanele sicabange ukuthi uMuntu Waphezulu+ unjengegolide noma isiliva noma itshe, njengokuthile okuqoshwe ngobuciko nangomklamo womuntu.+
4 Ngokuphathelene nokudla+ ukudla okunikelwe ezithombeni, siyazi ukuthi isithombe asilutho+ ezweni, nokuthi akukho Nkulunkulu ngaphandle koyedwa.+