Ezra 6:14 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 14 Amadoda amadala+ amaJuda ayakha+ futhi ethuthuka ngaphansi kokuprofetha kukaHagayi+ umprofethi noZakariya+ umzukulu ka-Ido,+ ayakha ayiqeda ngenxa yomyalo kaNkulunkulu ka-Israyeli+ nangenxa yomyalo kaKoresi+ noDariyu+ no-Aritahishashita+ inkosi yasePheresiya. Hagayi 2:4 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 4 “‘Kodwa manje yiba namandla, Zerubhabhele,’ kusho uJehova, ‘yiba namandla,+ Joshuwa ndodana kaJehozadaki umpristi ophakeme.’ “‘Futhi yibani namandla, nonke nina bantu bezwe,’ kusho uJehova, ‘nisebenze.’+ “‘Ngoba nginani,’+ kusho uJehova wamabutho. Hagayi 2:21 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 21 “Yisho kuZerubhabhele umbusi wakwaJuda+ uthi, ‘Ngizamazamisa amazulu nomhlaba.+ Zakariya 4:7 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 7 Ungubani wena ntaba enkulu?+ Phambi kukaZerubhabhele+ uyoba yizwe elihlelembekile. Ngokuqinisekile uyokhipha itshe eliyinhloko.+ Kuyomenyezwa+ kuthiwe kulo: “Yeka ukubukeka! Yeka ukubukeka!”’”+
14 Amadoda amadala+ amaJuda ayakha+ futhi ethuthuka ngaphansi kokuprofetha kukaHagayi+ umprofethi noZakariya+ umzukulu ka-Ido,+ ayakha ayiqeda ngenxa yomyalo kaNkulunkulu ka-Israyeli+ nangenxa yomyalo kaKoresi+ noDariyu+ no-Aritahishashita+ inkosi yasePheresiya.
4 “‘Kodwa manje yiba namandla, Zerubhabhele,’ kusho uJehova, ‘yiba namandla,+ Joshuwa ndodana kaJehozadaki umpristi ophakeme.’ “‘Futhi yibani namandla, nonke nina bantu bezwe,’ kusho uJehova, ‘nisebenze.’+ “‘Ngoba nginani,’+ kusho uJehova wamabutho.
7 Ungubani wena ntaba enkulu?+ Phambi kukaZerubhabhele+ uyoba yizwe elihlelembekile. Ngokuqinisekile uyokhipha itshe eliyinhloko.+ Kuyomenyezwa+ kuthiwe kulo: “Yeka ukubukeka! Yeka ukubukeka!”’”+