28 Futhi udluliselé kimi umusa wothando+ phambi kwenkosi nabeluleki+ bayo nangokuphathelene nazo zonke izikhulu zenkosi ezinamandla. Mina-ke, ngaziqinisa ngokwesandla+ sikaJehova uNkulunkulu wami esasiphezu kwami, futhi ngaqoqa kwa-Israyeli abayizinhloko ukuba bakhuphuke kanye nami.