2 AmaKhosi 25:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 Izindonga zaseJerusalema, nxazonke, lonke ibutho lamaKhaledi elalikanye nenduna yemilindankosi lazidiliza.+ Nehemiya 2:17 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 17 Ekugcineni ngathi kubo: “Niyasibona isimo esibi esikuso, indlela iJerusalema elibhuqwe ngayo futhi amasango alo ashiswa ngomlilo. Wozani silwakhe kabusha udonga lweJerusalema, ukuze singaqhubeki siyisihlamba.”+ Isaya 5:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 Ngicela ukunazisa lokho engikwenzayo esivinini sami: Kuzosuswa uthango lwaso,+ futhi siyonqunyelwa ukushiswa.+ Kuzobhidlizwa udonga lwaso lwamatshe, futhi siyonqunyelwa ukuba sibe yindawo yokubhudulwa.+
10 Izindonga zaseJerusalema, nxazonke, lonke ibutho lamaKhaledi elalikanye nenduna yemilindankosi lazidiliza.+
17 Ekugcineni ngathi kubo: “Niyasibona isimo esibi esikuso, indlela iJerusalema elibhuqwe ngayo futhi amasango alo ashiswa ngomlilo. Wozani silwakhe kabusha udonga lweJerusalema, ukuze singaqhubeki siyisihlamba.”+
5 Ngicela ukunazisa lokho engikwenzayo esivinini sami: Kuzosuswa uthango lwaso,+ futhi siyonqunyelwa ukushiswa.+ Kuzobhidlizwa udonga lwaso lwamatshe, futhi siyonqunyelwa ukuba sibe yindawo yokubhudulwa.+