Jobe 27:14 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 14 Uma amadodana akhe anda, andela inkemba;+Nenzalo yakhe ngokwayo ngeke ibe nakho ukudla okwanele. IHubo 55:23 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 23 Kodwa wena Nkulunkulu uyobehlisela emgodini ophansi impela.+Abantu abanecala legazi nabanenkohliso, ngeke bayiphile nengxenye yezinsuku zabo.+Kepha mina, ngizothembela kuwe.+ 2 Petru 2:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 uJehova uyayazi indlela yokukhulula ekulingweni abantu abanokuzinikela kokuhlonipha uNkulunkulu,+ kodwa agcinele abantu abangalungile usuku lokwahlulelwa ukuze banqunywe,+
23 Kodwa wena Nkulunkulu uyobehlisela emgodini ophansi impela.+Abantu abanecala legazi nabanenkohliso, ngeke bayiphile nengxenye yezinsuku zabo.+Kepha mina, ngizothembela kuwe.+
9 uJehova uyayazi indlela yokukhulula ekulingweni abantu abanokuzinikela kokuhlonipha uNkulunkulu,+ kodwa agcinele abantu abangalungile usuku lokwahlulelwa ukuze banqunywe,+