2 IziKronike 33:12 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 12 Ngokushesha nje lapho kumbangela ukucindezeleka,+ wamncenga uJehova uNkulunkulu wakhe+ waqhubeka ezithoba+ kakhulu ngenxa kaNkulunkulu wokhokho bakhe. IHubo 77:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 Ngimfunile uJehova ngosuku lokucindezeleka kwami.+Ebusuku isandla sami seluliwe futhi asibi ndikindiki;Umphefumulo wami wenqabile ukududuzwa.+ IHubo 91:15 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 15 Uzongibiza, ngimphendule.+Ngizoba naye ekucindezelekeni.+Ngizomophula, ngimkhazimulise.+ Luka 22:44 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 44 Kodwa eba nomunyu waqhubeka ethandaza ngobuqotho ngokwengeziwe;+ izithukuthuku zakhe zaba njengamathonsi egazi awela emhlabathini.+
12 Ngokushesha nje lapho kumbangela ukucindezeleka,+ wamncenga uJehova uNkulunkulu wakhe+ waqhubeka ezithoba+ kakhulu ngenxa kaNkulunkulu wokhokho bakhe.
2 Ngimfunile uJehova ngosuku lokucindezeleka kwami.+Ebusuku isandla sami seluliwe futhi asibi ndikindiki;Umphefumulo wami wenqabile ukududuzwa.+
44 Kodwa eba nomunyu waqhubeka ethandaza ngobuqotho ngokwengeziwe;+ izithukuthuku zakhe zaba njengamathonsi egazi awela emhlabathini.+