Levitikusi 14:4 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 4 khona-ke umpristi kumelwe akhiphe umyalo; futhi ukuze azihlanze kumelwe athathe izinyoni ezimbili eziphilayo+ ezihlanzekile nokhuni lomsedari+ nendwangu ebomvu ngokunsomi+ nehisopi.+ Numeri 19:18 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 18 Khona-ke umuntu ohlanzekile+ kumelwe athathe ihisopi+ aligcobhoze kulawo manzi futhi awafafaze phezu kwetende naphezu kwazo zonke izitsha nemiphefumulo okwenzeka ukuba ibe lapho naphezu kwalowo othinte ithambo noma obulewe noma isidumbu noma indawo yokungcwaba. Hebheru 9:14 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 14 igazi+ likaKristu, owathi ngomoya waphakade wazinikela+ engenasici kuNkulunkulu, liyobahlanza+ kakhulu kangakanani onembeza bethu emisebenzini efile+ ukuze sinikele inkonzo engcwele+ kuNkulunkulu ophilayo?
4 khona-ke umpristi kumelwe akhiphe umyalo; futhi ukuze azihlanze kumelwe athathe izinyoni ezimbili eziphilayo+ ezihlanzekile nokhuni lomsedari+ nendwangu ebomvu ngokunsomi+ nehisopi.+
18 Khona-ke umuntu ohlanzekile+ kumelwe athathe ihisopi+ aligcobhoze kulawo manzi futhi awafafaze phezu kwetende naphezu kwazo zonke izitsha nemiphefumulo okwenzeka ukuba ibe lapho naphezu kwalowo othinte ithambo noma obulewe noma isidumbu noma indawo yokungcwaba.
14 igazi+ likaKristu, owathi ngomoya waphakade wazinikela+ engenasici kuNkulunkulu, liyobahlanza+ kakhulu kangakanani onembeza bethu emisebenzini efile+ ukuze sinikele inkonzo engcwele+ kuNkulunkulu ophilayo?