2 IziKronike 6:41 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 41 Manje vuka,+ Jehova Nkulunkulu, ungene ekuphumuleni kwakho,+ wena noMphongolo wamandla akho.+ Abapristi bakho, Jehova Nkulunkulu, mabembathe insindiso, futhi abaqotho bakho mabajabule ngobuhle.+ IHubo 132:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 Abapristi bakho mabembathe ukulunga,+Abaqotho bakho mabakhamuluke ngenjabulo.+ IHubo 149:4 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 4 Ngoba uJehova uyajabula ngabantu bakhe.+Abamnene ubenza babe bahle ngensindiso.+ Isaya 61:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 Nakanjani ngiyokwethaba ngoJehova.+ Umphefumulo wami uyojabula ngoNkulunkulu wami.+ Ngoba ungembathisé izingubo zensindiso;+ ungisongé ngejazi elingenamikhono lokulunga,+ njengomkhwenyana, ofaka umnqwazo njengabapristi,+ nanjengomakoti ovunula ngemihlobiso yakhe.+
41 Manje vuka,+ Jehova Nkulunkulu, ungene ekuphumuleni kwakho,+ wena noMphongolo wamandla akho.+ Abapristi bakho, Jehova Nkulunkulu, mabembathe insindiso, futhi abaqotho bakho mabajabule ngobuhle.+
10 Nakanjani ngiyokwethaba ngoJehova.+ Umphefumulo wami uyojabula ngoNkulunkulu wami.+ Ngoba ungembathisé izingubo zensindiso;+ ungisongé ngejazi elingenamikhono lokulunga,+ njengomkhwenyana, ofaka umnqwazo njengabapristi,+ nanjengomakoti ovunula ngemihlobiso yakhe.+