IHubo 132:16 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 16 Abapristi balo ngizobembathisa insindiso;+Nabaqotho balo nakanjani bayokhamuluka ngenjabulo. Isaya 52:1 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 52 Vuka, vuka, gqoka amandla akho+ Ziyoni! Gqoka izingubo zakho ezinhle+ Jerusalema, muzi ongcwele!+ Ngoba ngeke kuphinde kungene kuwe ongasokile nongcolileyo.+ IsAmbulo 21:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 Ngabona nomuzi ongcwele,+ iJerusalema Elisha, wehla uvela ezulwini+ kuNkulunkulu futhi ulungisiwe njengomlobokazi+ ehlotshiselwe umyeni wakhe.+
52 Vuka, vuka, gqoka amandla akho+ Ziyoni! Gqoka izingubo zakho ezinhle+ Jerusalema, muzi ongcwele!+ Ngoba ngeke kuphinde kungene kuwe ongasokile nongcolileyo.+
2 Ngabona nomuzi ongcwele,+ iJerusalema Elisha, wehla uvela ezulwini+ kuNkulunkulu futhi ulungisiwe njengomlobokazi+ ehlotshiselwe umyeni wakhe.+