Duteronomi 16:19 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 19 Ungasiphendukezeli isahlulelo.+ Ungabi okhethayo+ noma wamukele isifumbathiso, ngoba isifumbathiso siphuphuthekisa amehlo abahlakaniphileyo+ futhi sihlanekezela amazwi abalungileyo. 1 Samuweli 8:3 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 3 Amadodana akhe awahambanga ngezindlela zakhe,+ kodwa ayethambekele ekulandeleni inzuzo engalungile,+ amukela isifumbathiso+ futhi ephendukezela isahlulelo.+ Isaya 1:23 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 23 Izikhulu zakho zinenkani futhi zingabangane bamasela.+ Yilowo nalowo kuzo ungumthandi wesifumbathiso+ nomxoshi wezipho.+ Aziyikhipheli isahlulelo intandane; ngisho necala lomfelokazi alamukeleki kuzo.+ Hezekeli 22:12 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 12 Bathathé isifumbathiso ngenjongo yokuchitha igazi.+ Uthathé inzalo+ kanye nenzuzo eyeqile,+ futhi ngobudlova uqhubeka wenza inzuzo+ ngabangane bakho ngokuphamba,+ mina ungikhohliwe,’+ kusho iNkosi EnguMbusi uJehova. Amose 5:12 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 12 Ngoba ngiyazi ukuthi kuningi kangakanani ukuvukela+ kwenu nokuthi zinkulu kangakanani izono zenu+ nina enibonisa ubutha kolungileyo,+ nina enithatha imvala-mlomo,+ nani eniye nachiliza abantu abampofu+ ngisho nasesangweni.+
19 Ungasiphendukezeli isahlulelo.+ Ungabi okhethayo+ noma wamukele isifumbathiso, ngoba isifumbathiso siphuphuthekisa amehlo abahlakaniphileyo+ futhi sihlanekezela amazwi abalungileyo.
3 Amadodana akhe awahambanga ngezindlela zakhe,+ kodwa ayethambekele ekulandeleni inzuzo engalungile,+ amukela isifumbathiso+ futhi ephendukezela isahlulelo.+
23 Izikhulu zakho zinenkani futhi zingabangane bamasela.+ Yilowo nalowo kuzo ungumthandi wesifumbathiso+ nomxoshi wezipho.+ Aziyikhipheli isahlulelo intandane; ngisho necala lomfelokazi alamukeleki kuzo.+
12 Bathathé isifumbathiso ngenjongo yokuchitha igazi.+ Uthathé inzalo+ kanye nenzuzo eyeqile,+ futhi ngobudlova uqhubeka wenza inzuzo+ ngabangane bakho ngokuphamba,+ mina ungikhohliwe,’+ kusho iNkosi EnguMbusi uJehova.
12 Ngoba ngiyazi ukuthi kuningi kangakanani ukuvukela+ kwenu nokuthi zinkulu kangakanani izono zenu+ nina enibonisa ubutha kolungileyo,+ nina enithatha imvala-mlomo,+ nani eniye nachiliza abantu abampofu+ ngisho nasesangweni.+