17 Futhi ngazi kahle, Nkulunkulu wami, ukuthi wena ungumhloli wenhliziyo,+ nokuthi ujabulela+ inhliziyo eqondile. Mina ngokwami, ngobuqotho benhliziyo yami ngiye nganikela zonke lezi zinto, futhi manje ngijabulelé ukubona abantu bakho abalapha benikela kuwe ngokuzithandela.