IzAga 11:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 Ingabe kufike ukugabadela? Khona-ke kuzofika ihlazo;+ kodwa ukuhlakanipha kukwabanesizotha.+ IzAga 17:19 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 19 Noma ubani othanda iseqo uthanda ukulwa.+ Noma ubani oyenza iphakame indlela yakhe engenayo ufuna ukuphahlazeka.+ IzAga 18:12 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 12 Inhliziyo eqhoshayo yandulela ukuphahlazeka komuntu,+ futhi ukuthobeka kwandulela udumo.+ Daniyeli 4:30 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 30 Inkosi yakhuluma yathi:+ “Akulona yini leli iBhabhiloni Elikhulu, mina ngokwami engilakhele indlu yobukhosi ngezikhwepha zamandla ami+ futhi engilakhele isithunzi sobukhulu bami obubabazekayo?”+ Daniyeli 5:22 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 22 “Wena-ke, ndodana yakhe Bhelishazari,+ awuzange uyithobise inhliziyo yakho,+ nakuba ubukwazi konke lokhu.+
19 Noma ubani othanda iseqo uthanda ukulwa.+ Noma ubani oyenza iphakame indlela yakhe engenayo ufuna ukuphahlazeka.+
30 Inkosi yakhuluma yathi:+ “Akulona yini leli iBhabhiloni Elikhulu, mina ngokwami engilakhele indlu yobukhosi ngezikhwepha zamandla ami+ futhi engilakhele isithunzi sobukhulu bami obubabazekayo?”+
22 “Wena-ke, ndodana yakhe Bhelishazari,+ awuzange uyithobise inhliziyo yakho,+ nakuba ubukwazi konke lokhu.+