Duteronomi 28:29 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 29 Impela uyophumputha emini bebade, njengoba nje impumputhe iphumputha esigayegayeni,+ futhi ngeke wenze izindlela zakho ziphumelele; futhi kumelwe ube umuntu ophanjwayo nophangwayo kuphela ngaso sonke isikhathi, kungekho muntu wokukusindisa.+ IzAga 4:19 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 19 Indlela yababi injengesigayegaye;+ abazi ukuthi yini elokhu ibakhuba.+ 1 Johane 2:11 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 11 Kodwa lowo ozonda umfowabo usebumnyameni futhi uhamba ebumnyameni,+ akazi nokuthi uyaphi,+ ngoba ubumnyama buwaphuphuthekisile amehlo akhe.
29 Impela uyophumputha emini bebade, njengoba nje impumputhe iphumputha esigayegayeni,+ futhi ngeke wenze izindlela zakho ziphumelele; futhi kumelwe ube umuntu ophanjwayo nophangwayo kuphela ngaso sonke isikhathi, kungekho muntu wokukusindisa.+
11 Kodwa lowo ozonda umfowabo usebumnyameni futhi uhamba ebumnyameni,+ akazi nokuthi uyaphi,+ ngoba ubumnyama buwaphuphuthekisile amehlo akhe.