IHubo 106:47 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 47 O Jehova Nkulunkulu wethu, sisindise,+Usiqoqe ezizweni+Ukuze sibonge igama lakho elingcwele,+Sikhulume ngokwethaba sikudumisa.+ Isaya 11:11 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 11 Ngalolo suku uJehova uyophinda anikele isandla sakhe, okwesibili,+ ukuba azitholele insali yabantu bakhe eyosala e-Asiriya+ naseGibhithe+ nasePhatirosi+ naseKushe+ nase-Elamu+ naseShinari+ naseHamati naseziqhingini zolwandle.+ Isaya 35:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 Bona kanye abakhululwe nguJehova bayobuya+ futhi ngokuqinisekile bayoza eZiyoni ngokukhamuluka kwenjabulo;+ ukuthokoza kuyoba sekhanda labo kuze kube nini nanini.+ Bayofinyelela ukwethaba nokuthokoza, kubaleke usizi nokububula.+ Jeremiya 29:14 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 14 Ngiyozenza ngitholakale kini,’+ kusho uJehova. ‘Ngiyobutha indikimba yezithunjwa zenu futhi nginiqoqele ndawonye nginikhiphe kuzo zonke izizwe nakuzo zonke izindawo enginihlakazelé kuzo,’+ kusho uJehova. ‘Ngiyonibuyisela kule ndawo engabangela ukuba nisuke kuyo niye ekudingisweni.’+ Jeremiya 31:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 Bheka ngiyabaletha bevela ezweni lasenyakatho,+ futhi ngiyobaqoqela ndawonye bevela ezingxenyeni ezikude kakhulu zomhlaba.+ Phakathi kwabo kuyoba khona abayizimpumputhe nabayizinyonga, owesifazane okhulelweyo nobelethayo, bonke ndawonye.+ Bayobuyela lapha beyibandla elikhulu.+ Zakariya 10:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 “‘Ngizobashayela ikhwelo+ ngibaqoqele ndawonye; ngoba nakanjani ngizobakhulula,+ futhi bazoba baningi, njengalabo nje abaye baba baningi.+
47 O Jehova Nkulunkulu wethu, sisindise,+Usiqoqe ezizweni+Ukuze sibonge igama lakho elingcwele,+Sikhulume ngokwethaba sikudumisa.+
11 Ngalolo suku uJehova uyophinda anikele isandla sakhe, okwesibili,+ ukuba azitholele insali yabantu bakhe eyosala e-Asiriya+ naseGibhithe+ nasePhatirosi+ naseKushe+ nase-Elamu+ naseShinari+ naseHamati naseziqhingini zolwandle.+
10 Bona kanye abakhululwe nguJehova bayobuya+ futhi ngokuqinisekile bayoza eZiyoni ngokukhamuluka kwenjabulo;+ ukuthokoza kuyoba sekhanda labo kuze kube nini nanini.+ Bayofinyelela ukwethaba nokuthokoza, kubaleke usizi nokububula.+
14 Ngiyozenza ngitholakale kini,’+ kusho uJehova. ‘Ngiyobutha indikimba yezithunjwa zenu futhi nginiqoqele ndawonye nginikhiphe kuzo zonke izizwe nakuzo zonke izindawo enginihlakazelé kuzo,’+ kusho uJehova. ‘Ngiyonibuyisela kule ndawo engabangela ukuba nisuke kuyo niye ekudingisweni.’+
8 Bheka ngiyabaletha bevela ezweni lasenyakatho,+ futhi ngiyobaqoqela ndawonye bevela ezingxenyeni ezikude kakhulu zomhlaba.+ Phakathi kwabo kuyoba khona abayizimpumputhe nabayizinyonga, owesifazane okhulelweyo nobelethayo, bonke ndawonye.+ Bayobuyela lapha beyibandla elikhulu.+
8 “‘Ngizobashayela ikhwelo+ ngibaqoqele ndawonye; ngoba nakanjani ngizobakhulula,+ futhi bazoba baningi, njengalabo nje abaye baba baningi.+